Skip to content

Ingabe uyazazi izimpawu ezinhlanu zesifo sikashukela?

Oyedwa kwababili unesifo sikashukela esingakatholakali eNingizimu Afrika. Ingakho kubalulekile ukuthi siveze izimpawu ezinhlanu zesifo sikashukela ukuze bonke abantu bazi ngazo ngisho nalaba obaziyo. Kahle lokho ikhona lokhu okuqukethwe inhlangano ebizwa ngokuthi  Know Diabetes movement: Singasishintsha isibalo sabantu abangakatholakali ukuthi banalesifo ngokuthi sidlulisele lezimpawu kwimndeni yethu kanye nezihlobo zethu, siphinde sibanxuse ukuthi bawuhlabe bawulawule batshele nabanye abantu abasekudeni nathi. Zibandakanye nathi ekhasi Diabetic South Africans ukuthola ulwazi olwanele lokuthi uphile kanjani uma unesifo sikashukela

5 symptoms of diabetes
Izinkomba Ezinhlanu ezikhombisa ukuthi unesifo sikashukela

  1. Ukulambela ukudla kakhulu
  2. Ukomela kakhulu amanzi
  3. Ukuya njalo endlini yangasese uyozikhulula [Ukuyochama]
  4. Ukuzizwa ukhathele
  5. Ukungaboni kahle emehlweni

Ukuhlolela izinga likashukela emzimbeni kuyashesha futhi ke kulula – kanti ke nemiphumela uyithola ngokukhulu ukushesha lokhu ngoba phela kuthatha imizuzu emihlanu. Sicela nigqugquzele wonke umuntu ukuthi ahlole ushukela akanawo emzimbeni unyaka nonyaka!

test your blood sugar for symptoms of diabetes

Ingabe khona imbuzo onayo mayelana nesifo sikashukela? Vakashela ikhasi lethu  Diabetes Info section bese usebenzisa isikhala sokubheka imbuzo khona uzokwazi ukuthola izimpendulo ezifanele. Ingabe kusekhona eminye imbuzo onayo? Sithumele umlayezo nge meyili yethu, thina ke sizobe sisebenzisa ongcweti bethu  diabetes experts khona bezokwazi ukuphendula imbuzo yakho ngendlela eyenelisayo.


Discover more from Sweet Life

Subscribe to get the latest posts sent to your email.

SHARE THIS ARTICLE
What to read next
what is healthy jozi

What is Healthy Jozi?

You may have heard us talking about Healthy Jozi with our South Africans with Diabetes community. Want to know more about it? Discover more from

Read More
Join South Africans with Diabetes on Facebook

Join our diabetes community

Be First to Comment

What do you think?

Our best tips for living well with diabetes, right in your inbox.

Don’t miss your free diabetes newsletter

Sign up for quick monthly updates: