Skip to content

Incwadi Yokupheka Yamahhala Yabanesifo sikaShukela

Sizibandakanye nabakwa Pick n Pay ukuze sikwazi ukunethulela incwadi yokupheka yaba nesifo sikashukela – ukuze nikwazi ukuthola indlela eya empilweni ephephile, kanye nenentokozo noma unalesifo. Lezincwadi ziyatholakala mahhala kuleli khasi Pick n Pay Pharmacies.

Incwadi yesifo sikashukela ewusizo

Thola lonke uhlobo lwemniningwano ewusizo, kusuka ekutheni kumele wenzeni uma kade uthole ukuthi unesifo sikashukela, khona uzothola amaqiniso ngokunakekela amehlo, izinyawo, kanye nakho ukuhamba uma unalesifo, kube izindlela zokudla okumnandi futhi okunomsoco, ukuqonda izindlela zesifo sikashukela ezihambisana nokudla kwakhona, ugqozi lokuzivocavoca, kanye nogqozi lokuphila impilo ephephile ube unesifo sikashukela.

Usizo kanye nethemba kulaba abanesifo sikashukela

Inhlangano Sweet Life isibe khona iminyaka eyangamela kweyisiShagalombili, kanti ke futhi siyaziqhenya ngalokhu esesikhule saba yikhona. Ikhasi lethu lezomoyo “website” kanye nelezinkundla zokuxhumana “Facebook” linikezela ngosizo, amasu namacebo kanye nendawo yokuxhumana ngokomoya yabantu abanesifo sikashukela.

Lencwadi yethu yokudla kwabantu abanesifo sikashukela eyalaba kahle kahle abasanda kuthola ukuthi banalesifo. Uma nje kade uthola ukuthi unalesifo, kujwayelekile ukuthi uzizwe engathi nguwe wedwa obhekene nalesimo. Thina ke silana ukuzokutshela ukuthi akunjalo, awuwedwa kulesimo kanti ke nathi sizokusiza sicathulisane nawe kuzo zonke izigaba.

Kulencwadi yesifo sikashukela, sihlanganise onke amasu azoba usizo olukhulu kwabaphila nalesimo, konke uzokuthola kuleli khasi “https://issuu.com/sweetlifemag/docs/sl_annual_pnp_fa_lores”nline here, noma uzitholele ngokuthi ucofe la okubhalwe khona (just click ‘Download’).

Sweet-Life-Diabetes incwadi  yesikhokhelo yokupheka -Dawunloda


Discover more from Sweet Life

Subscribe to get the latest posts sent to your email.

SHARE THIS ARTICLE
What to read next
what is healthy jozi

What is Healthy Jozi?

You may have heard us talking about Healthy Jozi with our South Africans with Diabetes community. Want to know more about it? Discover more from

Read More
Join South Africans with Diabetes on Facebook

Join our diabetes community

Be First to Comment

What do you think?

Our best tips for living well with diabetes, right in your inbox.

Don’t miss your free diabetes newsletter

Sign up for quick monthly updates: